Yakhala intokazi...A Poem by Sibusiso Xtdo Gamathis is a Zulu poem, where by a lady regrets all the bad she has done, but at the same time consoling her self that all the deeds will not bring her down.Bathi ukudl’umuntu akukhon’ukumqeda. Yakhal’intokazi yath’angeke ngikwaz’ukubayeka ngibathanda bonke. Ngobanelisa, ngibanike uthando lwami lonke. Ngempela bangishaye nge love portion loku esengikwenza yi-love donation. Ngyaphuma ngyangen’emadoneni yi-rotaion. Namhlanje lalela nans’i-confession
Ngempela ukudl’umuntu, akukhona ukumqeda Webazali anoyek’ukuthengel’izingane amphent’amakhulu. Ayohamba ehla ngisho naphambi komkhulu. Kugawula omdala nomcana, Kusina kudedelwana kanti kwakhalanyonini kulelihlathi
Yasho yathi… Umzimba wam’ithempele likankulunkulu,kodwa lokhu esengiku qalil’angisale ngikuqeda, Agg ukudla umuntu akukhon’ukumqeda. We madoda anibuke inkundla isingaka isigegeda. Ngabiz’izingane z’odlala izingendo, kazi ngyokwenda
Awusatholi ukuth’ihhovisi lamuphi umnyango Awu kodwa ngakhona phela lakumina ibisifana nedemu Elithi malikhishiwe emlonyeni wengane ikhale uqanduqand’imemeza Ilanga lami liyeza, uvalo luyankenteza, ngaze ngazenza. Izinyembezi ziyogeleza, imivuzo yalokhu ebengikwenza.
Bathi ukudl’umuntu akukhon’ukumqeda. Yakhal’intokazi yath’angeke ngikwaz’ukubayeka ngibathanda bonke. Ngobanelisa, ngibanike uthando lwami lonke. Ngempela bangishaye nge love portion loku esengikwenza yi-love donation. Ngyaphuma ngyangen’emadoneni yi-rotaion. Namhlanje lalela nans’i-confession © 2014 Sibusiso Xtdo Gama |
Stats
214 Views
Added on May 20, 2014 Last Updated on May 20, 2014 AuthorSibusiso Xtdo Gamajohannesburg, SC, South AfricaAboutMy FaCeBoOK Profile: Sibusiso Xtdo Gama | Create Your Badge My Artistic Page: Sibusiso_Xtdo_Gama | Promote Your Page Too My Organisation: Faculty of BEST Advisory "Gauten.. more.. |

Flag Writing